Magzter Gold (Sitewide Promotion)
Isolezwe (Digital)

Isolezwe (Digital)

1 Issue, 2022-11-01

Also available on
Zinio Unlimited logo
1-month free trial

Get unlimited access to this article, this issue, + back issues & 5,000+ other magazines.

Renews at just $8.99/month after trial.

Cancel anytime.
Learn more

Kungisizile ukusuka emehlweni abantu: Zamajobe

Kungisizile 
ukusuka emehlweni abantu: Zamajobe
UMCULI uZamajobe uthi kumsize emoyeni ukunyamalala iminyaka engu-10 emculweni njengoba kukhona abesakulungisa okuthinta yena. UZamajobe ukusho lokhu ekhuluma neSolezwe eqinisekisa ukuthi usebuyile emculweni futhi usanda kukhipha ingoma ye-piano ethi Baba Wethu. Uthe ingoma yakhe ingumthandazo. Uthe uyikhiphe ngalolu hlobo lomculo ngoba uyaluthanda u-piano futhi yize engeyena umdansi kodwa ubefuna ukubuya ngendlela ehlukile. “Ngikhethe ukuma kancane emculweni ngoba ngifuna ukuzithola ukuthi ngiwubani. Okunye bekukhona izinto ebezingiphoqa ukuthi ngisuke emehlweni abantu ngizenze ngasese, ebezidinga sonke isikhathi sami. “Ngakho ukwenza kanjalo kungisizile njengoba manje ngingeke ngisaphazanyiswa yilutho. Ngenxa yokuthi izinto zami sezisibuyela esimeni ngikhethe ukuthi ngibuye kancane kancane. Ngihlela ukuthi ngonyaka ozayo ngikhiphe i-albhamu ephelele esengiqalile ukuyisebenza njengoba sengibuyele e-studio,” kusho uZamajobe. Uveze ukuthi yize ebenyamalele kodwa ubewubhala umculo awubeke. “Ngonyaka ozayo ngizimisele ukuthi ngihambele amadolobha ehlukene kuleli, ngikhumbuza abalandeli bami ukuthi…
You're reading a preview of
Isolezwe (Digital) - 1 Issue, 2022-11-01

DiscountMags is a licensed distributor (not a publisher) of the above content and Publication through Zinio LLC. Accordingly, we have no editorial control over the Publications. Any opinions, advice, statements, services, offers or other information or content expressed or made available by third parties, including those made in Publications offered on our website, are those of the respective author(s) or publisher(s) and not of DiscountMags. DiscountMags does not guarantee the accuracy, completeness, truthfulness, or usefulness of all or any portion of any publication or any services or offers made by third parties, nor will we be liable for any loss or damage caused by your reliance on information contained in any Publication, or your use of services offered, or your acceptance of any offers made through the Service or the Publications. For content removal requests, please contact Zinio.

© 1999 – 2025 DiscountMags.com All rights reserved.